iRosali

1:- Yenza imikhuleko leyi...







Isibonakaliso sesiphambano

Ngiyakholwa kuNkulunkulu uYise uMninimandla wonke, uMdali wezulu lomhlaba, lakuJesu Kristu iNdodana yakhe eyodwa, iNkosi yethu; owemulwa ngamandla kaMoya oNgcwele, wazalwa liVirigo uMariya. Wahlutshwa ekubuseni kukaPhonsiyo Philathu, wabethelwa esiphambanweni, wafa, wangcwatshwa, wehla waya kwabafileyo. Ngelanga lesithathu wabuya wavuka ekufeni, wenyuka waya ezulwini. Uhlezi esandleni sokunene sikaYise lapho azavela khona, ezothetha amacala abaphilayo labafileyo. Ngiyakholwa kuMoya oNgcwele; iBandla eliNgcwele eliKhatholika; ukumanyana kwabangcwele, ukuthethelelwa kwezono, ukuvuka komzimba ekufeni, lokuphila okulaphakade. Amen.


Baba wethu osezulwini, alidunyiswe ibizo lakho, awuze umbuso wakho, intando yakho ayenziwe emhlabeni njengasezulwini. Sipha lamhla ukudla kwethu okwansuku zonke, usixolele izono zethu njengalokhu lathi sibaxolela abasonayo thina. Ungasingenisi ekulingweni, kodwa usisindise ekubini. Amen.




Ekuhle Mariya Ekuhle Mariya, ugcwele igrasiya, iNkosi ilawe, ubusisiwe wena esifazaneni, ibusisiwe lenzalo yesisu sakho uJesu. Mariya oNgcwele, Nina kaNkulunkulu, usikhulekele thina zoni, khathesi lasesikhathini sokufa kwethu. Amen.


Udumo kalube kuYise, lakuNdodana, lakuMoya oNgcwele. Njengoba kwakunjalo ekuqaleni, kusenjalo lakhathesi, kuzakuba njalo kuze kube laphakade. Amen.


O! Jesu wamiakusixolele izono zethu, akusisindise emlilweni wesihogo, akuyise yonke imiphefumulo ezulwini ikakhulu leyo eswela isihawu


Khumbula, Mariya Virigo elilungileyo kakhulu, 
ukuthi kakuzange kuzwakale ukuba ukhona owake wadelwa nguwe, 
ebalekela kuwe, nqaba yethu, 
ekuncenga ukuba umlalele, 
ekunxusa ukuba umkhulekele. 
Ngakho-ke, ngethemba elinjalo, 
ngiyaphangisa, ukuza kuwe, 
Virigo lamavirigo, Mama. 
Sengimi phambi kwakho, 
ngikhala mina soni. 
O, Nina kaLizwi, 
ungawadeli amazwi ami, 
kodwa uwalalele ngomusa wakho. Amen.










2:- Ngendlela leyi....



Ukhuqalisa
1. Isibonakaliso sesiphambano...
2. Ngiyakholwa kuNkulunkulu...
3. Baba wethu...
4. Ekuhle Mariya...
5. Ekuhle Mariya...
6. Ekuhle Mariya...
7. Udumo...
8. O! Jesu wami...

Itshumi lokhuqala
09. Indaba 1...
10. Baba wethu...
11. Ekuhle Mariya...
12. Ekuhle Mariya...
13. Ekuhle Mariya...
14. Ekuhle Mariya...
15. Ekuhle Mariya...
16. Ekuhle Mariya...
17. Ekuhle Mariya...
18. Ekuhle Mariya...
19. Ekuhle Mariya...
20. Ekuhle Mariya...
21. Udumo...
22. O! Jesu wami...

Tshumi 2
23. Indaba 2...
24. Baba wethu...
25. Ekuhle Mariya...
26. Ekuhle Mariya...
27. Ekuhle Mariya...
28. Ekuhle Mariya...
29. Ekuhle Mariya...
30. Ekuhle Mariya...
31. Ekuhle Mariya...
32. Ekuhle Mariya...
33. Ekuhle Mariya...
34. Ekuhle Mariya..
35. Udumo...
36. O! Jesu wami...

Tshumi 3
37. Indaba 3...
38. Baba wethu...
39. Ekuhle Mariya...
40. Ekuhle Mariya...
41. Ekuhle Mariya...
42. Ekuhle Mariya...
43. Ekuhle Mariya...
44. Ekuhle Mariya...
45. Ekuhle Mariya...
46. Ekuhle Mariya...
47. Ekuhle Mariya...
48. Ekuhle Mariya...
49. Udumo...
50. O! Jesu wami...

Tshumi 4
51.Indaba 4...
52. Baba wethu...
53. Ekuhle Mariya...
54. Ekuhle Mariya...
55. Ekuhle Mariya...
56. Ekuhle Mariya...
57. Ekuhle Mariya...
58. Ekuhle Mariya...
59. Ekuhle Mariya...
60. Ekuhle Mariya...
61. Ekuhle Mariya...
62. Ekuhle Mariya...
63. Udumo...
64. O! Jesu wami...

Tshumi 5
65. Indaba 5...
66. Baba wethu...
67. Ekuhle Mariya...
68. Ekuhle Mariya...
69. Ekuhle Mariya...
70. Ekuhle Mariya...
71. Ekuhle Mariya...
72. Ekuhle Mariya...
73. Ekuhle Mariya...
74. Ekuhle Mariya...
75. Ekuhle Mariya...
76. Ekuhle Mariya...
77. Udumo...
78. O! Jesu wami...

Ukhuqedisa
79. Khumbula Mariya...
80. Udumo...
81. Isibonakaliso sesiphambano...

3:- Libambe indawo ebaliweyo...






4:-Khumbula impilo kaYesu lo mama uMariya




Indaba zentokozo- Mondays and Saturdays

1.  Tshumi lokuqala (endawo 9): Asikhumbuleni ukubika kwesithunywa kuMariya.(Luke 1:26-38)
2. Tshumi 2 (endawo 23): Asikhumbuleni ukwethekela kukaMariya kuElizabeth. (Luke 1:39-56)
3.Tshumi 3 (endawo 37): Asikhumbuleni ukuzalwa kukaJesu Kristu eBetlehema esitebeleni.(Luke 2:1-21)
4.Tshumi 4 (endawo 51): Asikhumbuleni ukwethulwa kuka Jesu kuNkulunkulu ethembeleni.(Luke 2:22-38)
5.Tshumi 5 (endawo 65): Asikhumbuleni ukubonakala kuka Jesu ethempelini. (Luke 2:41-52)



Indaba zokukhanya- Thursdays

1.  Tshumi lokuqala (endawo 9): Asikhumbuleni ukubhabhathizwa kuka Jesu emfuleni uJordani. (Matthew 3:13-16)
2. Tshumi 2 (endawo 23): Asikhumbuleni uJesu ependula amanzi esiba liwayini emthimbeni wase Kana.(Jn 2:1-11)
3. Tshumi 3 (endawo 37): Asikhumbuleni ukutshumayela kuka Jesu ngombuso kaNkulunkulu enxusa abantu ukuba baphenduke.(Mark 1:14-15)
4. Tshumi 4 (endawo 51): Asikhumbuleni ukukhazimulaliswa kuka Jesu entabeni ebonakalisa ubukhosi bakhe kuvaPhostoli. (Matthew 17:1-8)
5. Tshumi 5 (endawo 65): Asikhumbuleni ukumiswa kwesidlo esingcwele njenge Sakramente elichaza (Mt 26)



Indaba zenhlupheko kaJesu - Tuesdays and Fridays

1. Tshumi lokuqala (endawo 9):: Asikhumbuleni ukukhuleka lokuhlupeka kuka Jesu ensimini yase Getsemani(Matthew 26:36-56)
2. Tshumi 2 (endawo 23): Asikhumbuleni ukhutshayiwa kuka Jesu endlini kaPhonsiyo Philathu.(Matthew 27:26)
3. Tshumi 3 (endawo 37): Asikhumbuleni ukufakwa kuka Jesu umqhele wameva ekhanda. (Matthew 27:27-31)
4. Tshumi 4 (endawo 51): Asikhumbuleni ukutwala kuka Jesu isipambano esiya entabeni yaseKhalivari.(Matthew 27:32)
5. Tshumi 5 (endawo 65): Asikhumbuleni ukubethelwa kuka Jesu esipambanweni lokufa kwakhe(Matthew 27:33-56)



Indaba zobukhosi - Wednesdays and Sundays.

1. Tshumi lokuqala (endawo 9): Asikhumbuleni ukuvuka kuka Jesu Kristu ekufeni.(John 20:1-29)
2. Tshumi 2 (endawo 23): Asikhumbuleni ukwenyukela kuka Jesu Kristu ezulwini.(Luke 24:36-53)
3. Tshumi 3 (endawo 37)): Asikhumbuleni ukwehlela kuka Moya oNgcwele kuba Phostoli. (Acts 2:1-41)
4. Tshumi 4 (endawo 51): Asikhumbuleni ukunyuselwa kuka Mariya ongcwele ezulwini.
5. Tshumi 5 (endawo 65): Asikhumbuleni ukubekwa kuka Mariya abe yinkosikazi yezithunywa labangcwele bonke